Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
XOLA
Anzo
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Umzimba uphumule
Kodwa umphefumulo awuphumule
Kunzima ukukhululeka
Ngizwa engathi ubuchopho buqhumile
Ngoba ngicabanga kude
Ngizijudge(a) ngezenzo
Ngabe namhlanje akunje
Ngathi impilo ingilala amalunde
K'mele ngifele lezono
(K'mele ngifele lezono)
K'mele ngithwale logodo
(K'mele ngithwale logodo)
K'mele ngifabake umqondo
Mhlambe iyangifanele inzondo
Ngoba ikusasa liyanqaba
Sekuyafana, iphelile ilife yami
Ngoba ikusasa liyanqaba
Sekuyafana, iphelile ilife yami
Abantu bangak'xolela, xolela
Kwanawe funda ukuzixolela, xolela
Abantu bangak'xolela, xolela
Kwanawe funda ukuzixolela, xolela
Xola, xola
Ukuze uthol' uk'thula
Nemizwa izophumla
Xola, xola
Ukuze uthol' uk'thula
Nemizwa izophumla
Kunabantu abaningi engingabaxolele
Angeke ngizixolele, ngingabaxolele
Kunabantu abaningi engingabaxolele
Angeke ngizixolele, ngingabaxolele
Anginayo inkinga yokuxolela umuntu
Inkinga ukuxolela umuntu kanti ufuna ukubuya eduze kwami aqede ngami
Anginayo inkinga yokuxolela umuntu
Inkinga ukuxolela umuntu kanti ufuna ukubuya eduze kwami aqede ngami
Xolisa, xolela
Zixolele, zixolele
Xolisa, xolela
Zixolele, zixolele
Abantu bangak'xolela, xolela
Kwanawe funda ukuzixolela, xolela
Abantu bangak'xolela, xolela
Kwanawe funda ukuzixolela, xolela
Xola, xola
Ukuze uthol' uk'thula
Nemizwa izophumla
Xola, xola
Ukuze uthol' uk'thula
Nemizwa izophumla
ย