Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Yeki Nhlanhla Yokwazana
Joyous Celebration
Popularity ยท Moderate
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Siyazingelwa kodwa asidelwa
Siwiswa phansi kodwa asibhujiswa
Sithwele njalo njalo emzimbeni
Wethu ukufa, kufa kukaJesu
Jesu (yebo) ukufa kukaJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Asingabheki okubonwayo
Kodwa sibheke okungabonwayo
Okubonwayo okwesikhashana
Kodw' okungabonwa kungoba phakade
Kade (bona) kungoba phakade
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Thina sizelwe ngoku kaKrestu
Siyizidalwa, dalwa ezisha
Okwakudala sekudlulile
Hmmm bhekani sekuvela okusha
Kodwa (se) sekuvela okusha
Bheka sekuvel' igolide
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa kuy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa nguy' uJesu
Yek' inhlanhla yokwazana
Nokukholwa, kholwa nguy' uJesu
Singamanxusa kaKristu
Ngathi uThix' uyanxusa
Singamanxusa kaKristu
Ngathi uThix' uyanxusa
Singamanxusa kaKristu
Ngathi uThix' uyanxusa
Singamanxusa kaKristu
Siyanxusa kuy' uSomandla
Yek' inhlanhla yokwazana nomhlobo wami
Usithandile (usithandile)
Usithengile (usithengile)
Usithandile (usithandile)
Usithengile (usithengile)
(S'yabonga S'makade) usithandile
(S'yabonga Nganganga) usithengile
(S'yabonga Thixo wethu) usithandile
(S'yabonga baba) usithengile
(Hh hh hh) usithandile
(S'yabonga S'makade) usithengile
(Usithengile, usithengile) usthandile
(Syathanda bawo) usithandile
(Oh usithandile) usithandile
(Usithengile) usithengile
(Usithandile, usithengile) usthandile
(Usthengile, usithandile) usithengile
Wayehlanhlwa njengemvana
Akazangenz' owakh' umtwana
Yek' inhlanhla yokwazana
Nomhlobo wami
ย