Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Ushevu
Ndabo Zulu
,
Sjava
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Uyakhumbula uzama ukung'bulala
Ungifakel' ushevu, waqeda wathatha iqatha
Kanti uzukhohlwa ukugez' izandla
Uyakhumbula uzama ukung'bulala
Ung'fakela ushevu, waqeda wathatha iqatha
Kanti uzokhohlwa ukugez' izandla
Naw' uyakujuqa
Naw' uyakujuqa
Naw' uyakujuqa
Naw' uyakujuqa
Uyak'bulala ushevu
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Isigujiwe m'bili imgodi
Engabe elakabani leqhawe eliyosala enkudleni?
Engabe umfazi kabani oyozila?
Wemnakwethu ungang'zondi
Lento yang'letha laykhaya nami
Ilena eyaletha nawe
Nami ngiyamthanda
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane