Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Usebentini | ZAMUSIC.ORG
Inkos’yamagcokama ft. Qhawelisha
Popularity · Low
+
🇿🇦 Zulu · Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Yebo ngiyavum'uyangithanda
Nami futhi nginothando
Ukuth'inking'ubroke
Hhayi awunamali
Yebo ngiyavum'uyangithanda
Nami futhi nginothando
Ukuth'inking'ubroke
Hhayi awunamali
Yebo ngiyavum'uyangithanda
Nami futhi nginothando
Ukuth'inking'ubroke
Hhayi awunamali
Ngeke ngiqom'usebentini
Umuntu o broke ongenalutho
Kumele ngicabangel'ikusasa
Neyingane esoyizala
Ngeke ngiqom'usebentini
Umuntu o broke ongenalutho
Kumele ngicabangel'ikusasa
Nenhlalakahle yami
Ngeke ngiqom'usebentini
Umuntu o broke ongenalutho
Kumele ngicabangel'ikusasa
Neyingane esoyizala
Xolis'umoya
Xolis'umoya
Xolis'umoya wakho
Ngan'yabantu
Xolis'umoya
Xolis'umoya
Xolis'umoya wakho
Ngan'yabantu
Ngeke ngiqom'usebentini
Umuntu o broke ongenalutho
Kumele ngicabangel'ikusasa
Neyingane esoyizala
Yebo ngiyavum'uyangithanda
Nami futhi nginothando
Ukuth'inking'ubroke
Hhayi awunamali
(Yebo khon'unothando ngan'yabantu ngiyavuma kodwa)
(Uthando nje lulodwa alwenele mntanomuntu)
(Yebo khon'unothando ngan'yabantu ngiyavuma kodwa)
(Uthando nje lulodwa alwenele mntanomuntu)
(Yebo khon'unothando ngan'yabantu ngiyavuma kodwa)
(Uthando nje lulodwa alwenele mntanomuntu)
(Usnetha naye)
(Shweeele)
(Angeke mina)
(Shweeele)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
(Hhawu shweeele)
(Angeke mina)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
(Hhawu shweeele)
(Angeke mina)
(Shweeele)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
(Hhawu shweeele)
(Angeke mina)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
(Hhawu shweeele)
(Angeke mina)
(Shweeele)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
(Hhawu shweeele)
(Angeke mina)
(Ngeke ngiqome usnetha naye)
Wedali ngiyakuthanda
Musukuyenza lento oyenzayo
Unqab'ukungiqoma ngoba ngingenamali
Wedali ngiyakuthanda
Musukuyenza lento oyenzayo
Unqab'ukungiqoma ngoba ngingenamali
Wemali wayenz'indaba
Wadlalela kude nami
Buka manje ngiphuthwa uthando
Wemali wayenz'indaba
Wadlalela kude nami
Buka manje ngiphuthwa uthando
Sengingaze ngiphuthwe uthando
Ngoba nakhu ngingenamali
Ngiqome, ngiqome ntombi
Sengingaze ngiphuthwe uthando
Ngoba nakhu ngingenamali
Nginike, nginik'uthando
Wedali ngiyakuthanda
Musukuyenza lento oyenzayo
Unqab'ukungiqoma ngoba ngingenamali
(Selonakele izwe)
(Selonakele izwe)
(Weyintombi siyicel'uthando)
(Zona zibhek'imali)
(Selonakele izwe)
(Selonakele izwe)
(Weyintombi siyicel'uthando)
(Zona zibhek'imali)
(Lwashonaphi uthando lweqiniso?)
(Ngabe luvelaphi loluthando lwemali?)
(Lwashonaphi uthando lweqiniso?)
(Seluvelaphi loluthando lwemali?)
(Selonakele izwe)
(Selonakele izwe)
(Weyintombi siyicel'uthando)
(Zona zibhek'imali)