Thandaza
Nqubeko Mbatha
Popularity ยท Low
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Vukani
Vukanini nithandaze
Vukani
Vukanini nithandaze
Nilaleleni nina na
Nilaleleni nina na
Vukanini nithandaze
Thandaza
Thandaza
Thandaza
Ungangeni ekulingweni
Thandaza
Thandaza
Thandaza
Ungangeni ekulingweni
Vukani nithandaze
Vukanini nithandaze
Vukanini nithandaze
Ningangeni ekulingweni
Washo uJesu
EGetsemane
Esho kubafundi bakhe
Vukanini nithandaze
Ningangeni ekulingweni
Thandaza(thandaza)
Thandaza(Thandaza)
Vuk' uthandaze(thandaza)
Ukuz' ungangen'(ungangeni ekulingweni)
Ekulingweni
Mzalwane vuk' uthandaze
(Thandaza)
Iskhathi somthandazo
(Thandaza)
Thandaza
(Thandaza)
Ungangeni ekulingweni
Bazalwane masivuke
Siqinise emthandazweni
Umlilo e-alter
Mawuvuthe imihla ngemihla
Iminako yalomhlaba
Isuswe endleleni yethu
Mawuvuthe lowo mlilo
Umlilo ka moya oyingcwele
Thandaza
(Thandaza)
Mzalwane vuk' uthandaze
(Thandaza)
Lesi Iskhathi somthandazo
(Thandaza)
Ukuz' ungangen
(ungangeni ekulingweni)
Iskhathi somthandazo
(Thandaza)
Vuk' uthandaze
(Thandaza)
Yekela konke
(Thandaza)
Uthandaze
Ukuz' ungangen
(Ungangeni ekulingweni)
Umoya uyavuma
Inyam' iyenqaba
(Thandaza)
Vuk' uthandaze
(Thandaza)
Mzalwane vuk' uthandaze
(Thandaza)
Ukuz' ungangen
(Ungangeni ekulingweni)
Heyi
Lesi Iskhathi somthandazo
(Thandaza)
Mzalwane vuk' uthandaze
(Thandaza)
Yekela konke
Yekela konke
(Thandaza)
Uvuk' uthandaze
Ukuz' ungangen ekulingweni