Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Imali Iyaxabanisa
Khuzani
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Woh ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu
Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo
Mina ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu
Umkhaya wami saba ngamandla nothuli (imali iyaxabanisa)
Ngithi ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu
Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa)
Ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no nomzala wami is'hlobo sami
Wabolek' imali (imali iyaxabanisa)
Mina ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no nomzala wami is'hlobo sami
Wabolek' imali (imali iyaxabanisa)
Ey imali iyon'xabanisa (imali iyaxabanisa)
Ey imali iyon'xabanisa (imali iyaxabanisa)
Sengish' udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa)
Mina ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu
Umkhaya wami ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa)
(Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu umkhaya wami)
Ngasuke ngamval' umlomo (imali iyaxabanisa)
Yeyi udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa)
Yeyi udumo liyon'xabanisa (udumo luyon'xabanisa)
Yeyi imali iyon'xabanisa (imali iyon'xabanisa)
Mina ngangingena nkinga
Ngangingena nkinga no Ngizwe Mchunu
Umkhaya wami saba ngamandla nothuli (imali iyaxabanisa)
Oh babefun' ukudla amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla ngizabalaze kwabanzima)
Oh babefun' ukudla amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la)
Oh babefun' ukudla amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandlami ngizabalaze kwabanzima)
Oh babefun' ukudla amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la)
Babefun' ukudla amandl' ami
(Babefun' ukudl' amandla ngizabalaze kwabanzima)
Babefun' ukudla amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la)
Ngambamb' esefun' ukudl' amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la)
Ngamabamb' ngambamb' esefun' ukudl' amandl' ami
(Bafun' ukudl' amandla sebethi umculo ngiw'thole la)
ย
Wayefun' ukudl' amandl' ami ngizabalaze kwabanzima
Lomfan' wayefun' ukudl' amandl' ami
Usethi umculo ngiw'thole la
Wayefun' ukudl' amandl' ami
Hhey ngizabalaze kwabanzima
Lomfan' wayefun' ukudl' amandl' ami
Wayefun' ukudl' amandl' usethi umculo ngiw'thole la
Ngambamba ngambamba esefun' ukudla amandl ami
Ngambamba ngambamba esefun' ukudla amandl ami
ย