Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Abathakathi
Govozile
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Khona abangitshela ukuthi ngiyozengife ngingena lutho
(Kush' abathakathi)
Yeyi, ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo
Ninamanga
Ye, ninamanga nina
Khona abangitshela ukuthi ngiyozengife ngingena lutho
(Kush' abathakathi)
Yeyi, ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo (kush' abathakathi)
Ninamanga, ye ninamanga nina
Khona abangitshela ukuthi ngizohlukana mina nodali
(Kush' abathakathi)
Aw' kush' abathakathi (ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo)
Ninamanga
Yeyi, ninamanga nina
Awu, khona abangitshela ukuthi ngizohlukana mina nodali wami
(Kush' abathakathi)
Aw kush' abathakathi (ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo)
(Ninamanga)
Yeyi, ninamanga nina
Khona abangitshela ukuthi angeke ngiphumelele
(Kush' abathakathi)
Yeyi, ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo
(Ninamanga)
Yeyi, ninamanga nina
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Hhayibo (aw' ninamanga nina)
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Bathi angeke ngiphumelele
(Yeyi, ninamanga)
Hhayibo (aw' ninamanga nina)
Nom' ungahamba ngemoto
Kuyophela siyofana nje
Nom' ungahamba ngendiza
Nom' ungahamba ngemonto uphind' ugibel' indiza (ninamanga)
Nom' ungahamba ngebhanoyi (ninamanga)
Bathi kuyophela siyofana nje (ninamanga)
(Ninamanga nina)
Nom' ungahamba ngemonto uphind' ugibel' indiza (ninamanga)
Nom' ungahamba ngebhanoyi (ninamanga)
Bathi kuyophela siyofana nje (ninamanga)
(Ninamanga nina)
(Kush' abathakathi)
Ye, ingan' bayitshel' ukuthi impilo yami iphethwe yibo (kush' abathakathi)
(Ninamanga)
Yeyi (ninamanga nina)
Aw' kush' abathakathi
Aw' iphethwe yibo
Yeyi, ninamanga nina
Aw' kush' abathakathi
Aw' iphethwe yibo
Yeyi, ninamanga nina
(Nom' ungahamba ngemoto)
(Nom' ungahamba ngendiza)
(Kush' abathakathi)
Nom' ungahamba ngemoto (ninamanga)
Nom' ungahamba ngendiza (ninamanga) (angeke)
(Angeke) kush' abathakathi (ninamanga)
(Ninamanga nina)
Bathi nom' ungahamba ngemoto (ninamanga) (awu angeke)
(Angeke) nom' ungahamba ngendiza (ninamanga)
Kush' abathakathi (ninamanga) (angeke)
Hhayibo (ninamanga nina)