Skip to content

Kulukhuni

Ihhashi Elimhlophe
Popularity · Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma Khuluma nazo mfan' uHhash Elimhlophe Elehla lenyuka ngenhlabathi ungazuw'gudle Igwala laphuza laphalaz' isoka Uyaliza iHhash Elimhlophe elase likhona Livele ngamadlebe entabeni malingavela ngekhanda uzozw' engath' uyasha Kant' ush'izolo, aw'way'bambangempela umfoka Manyopane Ubaba ong'zalayo loyo Hho uyaphi lo? Hlala lapho udl'okunikiwe Mus'ukgcogcoma nendlu yonke, hlehla Bheseni ak'kaphawakwa Uqoshameleni lo hlala ngentombi Aw'boni ukuthi kwedlul' insizwa Mthinte wena Mafuthenkukhu lapho Kududula ngaye ungqongongqongo ngaloyo s'phala Amathi anjenge ntondolo kwehla kwenyuka kuyosh' eZulwini Ukuthi k'dala uk'vulwa koMhlaba gqinsi hlehlelezi dlana sebedlile Wuye njalo uMafuthenkukhu lowo kungak'phathi kabi, khululeka! Cgwal' ibhavu Kulukhuni ngoba sizi nsizwa ngoba sizi nsizwa savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) sidedele (Ngoba sizi nsizwa ngoba sizinsizwa savuma) savuma (S'bamba kulukhini noma kunzima sidedela) sidedele