Skip to content

Umon' Usuk' Esweni

Popularity ยท Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Mona mona usuk esweni umona Mona mona uzal' Ingculaz' umona Mona uzal' abathakathi umona Walibulala izwe lakithi umona Walibulala izwe lakithi umona Umthakathi lona, Umthakathi Angithandi angithandi ungene esihogweni Woza ngikukhombise indlela mngani wami Woza ngikukhombise indlela sthando sami Konke! Konke! Konke kulungile konke Mona uzwa ngenzwa bethi Mona uzwa besho bethi Inhliziyo isiyalangazelela We madoda yake yenzeka lendaba Ngabona ikati lidlala ngegundane Qagela kwenzekani emva kwalokho Ngabuye ngabona inja idlala nonogwaja Hhayi! Bol Bakwethu! Musani ukudlala ngegeja kuziliwe Wadlala ngegeja kuziliwe Kunendaba enkulu ebengifuna ukukutshela yona Kodwa manje wena siphukuphuku ndini Uzohamba uxoxel' abantu ngeke ngikutshele Ngokubona ngikubize, ngithi hlala phansi Sengiyibambile, ngayichutha ngayosa Ngithi hlala phansi sidle Mus' ukuyikhulumel' emlilweni Wo yeheni baba