Skip to content

Hlala Nami

Popularity · Low

Listen

YouTube

0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced

Lyrics

Hlala nami vwena Hlala nami Wo mina ngicel' uhlale nam Khon' uzofund' ukwedelela Khona mina ngizokufundisa Ngoba mina ngiyedelela Umthetho wami Mina ngiyedelela Hlala nami wena Hlala nami Awu hlala nami mnganami Khon' uzofund' ukwedelela Wo mina ngizokufundisa Ngoba mina ngiyedelela Mina ngiyedelela Hlala nami Khona uzofund' ukuzithoba Ngoba mina ngifund' ukuzithoba Mina ngifund' ukuzithoba Hlala nami, Khona uzofund' ukuziphatha kahle Ngoba mina ngifund' ukuziphatha kahle Kangithandi bo kangithandi; kangithandi Ukungen' esihogweni Woza ngikukhombis' indlela mnganami Woza ngikukhombis' indlela mfowethu, Woza ngikukhombis' Indlela sthando sami. Umona phansi we zinsizwa Umona phansi bantu bakithi Usosobala ulithengile ibhanoyi Kwathula kwathi cwaka.