Skip to content

Vuma

Euphonik
Popularity ยท Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Awu nkosazane mhlophe Yazi ngiyazifela ngawe Inhliziyo yam yazi iyadukuza Kuphakama amaphaphu nkosazane Engathi ngiyakubona unyathela emzini kababa Nedlozi liyojabula Uyazi abadala bayovuka bagiye emagcekeni bayobona wena unyathela emzini kababa Nkosazane emhlophe efana neyhlabathi zolwandle uyisputjutju Awu mntwanomuntu ngyazifela ngawe Ufana nelanga liphuma phezu kolwandle umuhle nkosazane awu phuma langa sikothe Awu mbali yomhlaba. Inkosazana intombi yasebukhosini Mina ngiyinkosazana intombi yasebukhosini Izinsizwa bezingi shela kodwa kuwe mntwanomuntu ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma, ngiyavuma Awu ngibambe Awungicabule Awungibambe Awungipotoze Awungibambe Awungisondeze Awungibambe ngiyakuthanda mntwanomuntu Rpt. Rrrrrrr Ay ay ay Ay ay ay Ay ay ay Ay Ay ay Ay ay ay Ay ay ay