Skip to content

Thando

Black Coffee
Popularity ยท Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Thando uyadida, ngokuhlala enhliziyweni Nhliziyo lawe uyaxhaka, nhokuhla emfihlakalweni Awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho okuhlala khona uthando Engabe besabekhona na, abathanda ngakho konke abalakho Abathanda ngomphefumulo wonke, Abathanda ngenhliziyo, Ngob' uthando silufuna endaweni ezahlukileyo Abanye balufuna emalini uthando Abanye balufuna ezimotweni, uthando Awwwwu 'thando waze lwabadida Kukho nkonke esikufunayo emhlabeni lesingakwenza, Uthando luhlalaendaweni yalo, Sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni Ungasebenzangokuzikhandla, uzuze konke okufunayo Kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii Kodwa uthando ligidiza lapho okungaboni muntu khona Okwalwumhlaba kukandla inhliziyo, okwalelilizwe kuyawu kandl' umoya Hlal' unjalo ufuna uthando laph' ongakhona Hlal' unjalo uhlezi ndawonye lo thando Hlal' unjalo ujaqa uqazindlelaaaaa Ehhhee futhi thandooo