Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Yebo Nkosi
Hlengiwe Mhlaba
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Yebo, Nkosi, ngize kuwe
Ngidalule konk' okwam
Mangizwiswe nguwe, Jesu
Zisuliw' izono zam
Uma, Nkosi ungibona
Ngisazulazula la
Uma ngidukisw' ukona
Nqanda umntanakho la
Nom' unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi yam
Nom' unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi yam
Nom' unqanda ngenhlupheko
Ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho
Ngokubonga Nkosi yam
Yebo, Nkosi, ngiza kuwe
Ngidalule konk' okwam
Aw mangizwiswe nguwe, Jesu
Zisuliw' izono zam
Aw yebo yebo, Nkosi, yebo ngiza kuwe
Aw ngidalule mina, aw konk' okwam
Aw mangizwiswe, nguwe Jesu
Zisuliw' izono zam
Aw yebo yebo Nkosi nangafik' ekhaya ngithi dalula
Ey konk' okwami, aw mangizwiswe nguwe Jesu
Zisuliw' izono zami
Nomunqanda ngenhlupheko, mina ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho, yebo ngokubong aw Nkosi yami
Nomunqanda ngenhlupheko, mina ngokubonga laphaya
Laph' ukona kungasekho, yebo ngokubong aw Nkosi yami
Yebo Nkosi
ย