Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Mathandana
Sykes
Popularity ยท Moderate
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Eh, ah
Yelele, yah
Wesisi mina ngabe ngihamba nawe
Manje umathandana wami
Angang'bamba nangezandla (uphi umathandana yena?)
Nangu emotweni, uma engang'bona ngihamba nawe
Angangi'bamba nangezandla (umm)
Wesisi mina ngabe ngihamba nawe
Manje umathandana wami
Angang'bamba nangezandla (uphi umathandana yena?)
Nangu emotweni, uma engang'bona ngihamba nawe
Angang'bamba nangezandla
Oh dali, nami ngifis'ukuhamba nawe
Inkinga yami ukuthi wena ufun' ukungibhanqa
Angisiye umakhwapheni mina
(Oh angisi, oh angisiye umakhwapheni)
Oh dali, nami ngifis'ukuhamba nawe
Inkinga yami ukuthi wena ufun' ukungibhanqa
Angisiye umakhwapheni mina
(Oh angisi, oh angisiye umakhwapheni)
Ufuna ukungibhanqa

ย