Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Bazokuxosha Mtanami
Saliwa
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Oh hha webaba nomama, sengiyahamba
Hha ngashiya abakwethu
Ngiyakhala ngobaba nomama wami, bathengisile nami
Wo ngashiya abakwethu
Hha webanewethu ngizonikhumbula
Sengiyahamba sengiyogana mina, sengiyogana
Aw mhlambe ngiyogana kwamama ongemama
Oh kwamama ongemama
Mhlambe ngiyogana kwamama ongemama, engihlukumeze
Oh nisale kahle webazali bami, sengiyahamba
Ubaba nomama bathengisile ngami
Awu webaba nomama, webaba nomama wami
Wo ngashiya abakwethu bavuma amabheka bathengisa ngami
Ngoba ngane yami ungakhulum' izindaba
(Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Ungakhulum' izindaba emzini (Ngane yami ngikufisel' umendo)
Umendo, emzini bazokuxosha mtanami
(Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Bazokuxosha ngane yami (Ngane yami ngikufisel' umendo)
Umendo, emzini bazokuxosha mtanami
(Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Ungakhulum' izindaba mtanami (Ngane yami ngikufisel' umendo)
Ngoba ngane yami uziphathe kahle
Uboyihlonipha indoda (Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Uboy'thobela indoda ngane yami (Ngane yami ngikufisel' umendo)
Ngoba ngane yami ungabuyi emzini
Ungabuy' emendweni (Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Ungabuy' emendweni ngane yami (Ngane yami ngikufisel' umendo)
Hamba uyemendweni, hamb' uyemendweni
Hamb' uyemendweni, uhloniphe umndeni uhloniph' umyeni wakho
Hamba ngane kababa wemtanami (Ngane yami ungakhulum' izindaba)
Hamba uhloniph' emzini nomakhelwane (Ngane yami ngikufisel' umendo)
(Ngane yami ungakhulum' izindaba)
(Ngane yami ngikufisel' umendo)
ย