Skip to content

Ushilo Njalo

Popularity ยท Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

O ushilo njalo Hey ushilo njalo Ushilo njalo Wath' uzongihlenga Hey ushil' uJesu Hey ushilo njalo Hey ushilo njalo Wath' uzongihlenga Ushilo njalo (hey ushilo njalo) Ushilo njalo (Ujehova bo) Ushilo njalo (aw' Nkosi yam) Yen' uzongihlenga (Ushil' encwadini yakho Nkosi) Ushilo njalo (hey ushilo njalo) Ushilo njalo (uJehova bo) Ushilo njalo yen' uzongigcina Aw' ntsuku zonke O Mihla namalanga Yen' uyangigcina Yen' uyangilonda O emini nasebusuku Ngaso sonk' isikhathi Hey uhlal' enami njalo Indlela yam uyay' khanyisa Ushilo ushilo Wena baba wath' uzongihlenga Hallelujah bo, lalela lalela Wang'thatha la wang'beka la Usezong' susa lan' angibeke lena Wengonyama kaJuda Aw' yen' uzongigcina Hey wakhuthaz' umoya wami Weh ngonyama Wena wangigcina Wena wangilonda Emini nasebusuku Hayi ngaso sonk' isikhathi Uhlal' enami njalo Endleleni yami Khosi Ushilo njalo Wena jesu Njalo, lalela bo Ngiyawabong' amandla akho Hey nofefe lwakho Nkosi Njalo, thi momo, thimomo Khanyis' indlela yami njalo bo Phambi kwezitha zam aw! Njalo. Wathi momo. Owu lelele, hahaha hayi Ngitshel' abantu namhlanje bonke ebusuku. Yazi uthen' uJesu? Wathi yen' uzongigcina Hi, hi, hi, haah Hay'bo! Lalela, lalela weh Uyena uyena Oh Nkosi, themba lami Jesu Woza wena Woza woza woza Shilo shilo.