Skip to content

ENGALOBOLILE

Ntencane, KaMaphanga
Popularity · Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Hawu ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye kodwa engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo azongilandela (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Ngisho ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile Oh, lwaze lwangihlanyisa uthando Sekuthi angim'bize umyeni wami engalobolile (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo ngiyakuye mina (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile) Vele ekhaya angeke Banginike lutho kumalobolo azongilandela (Uthi angiyohlala naye khona engalobolile Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona Bazali bami, mukweletheleni angithathe ngiyohlala naye Uyonikhokhela uma esemi kahle Hhay ngoba niyambona uyangithanda lomfana lona