Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Ekhaya
Pretty Masompisi, Duncan, Olefied Khetha
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Ngikhumbul' ekhaya
Lena ezintabeni zangakithi
Nabantwana basekhaya
Sihleli sindawonye
Ngish' ekhaya
Lapho engithola khona imfudumalo
Impatho nothando
Ngikhumbul' ekhaya
Ekhaya, ekhaya
Ohh
Ngikhumbul' ekhaya
Ekhaya, ekhaya
Ohh
Ngikhumbul' ekhaya
Ekhaya, ekhaya
Ngikhumbul' ekhaya
Ekhaya ekhaya (ay, iyangithunuka)
Aga shame
Sure Skuva
Ngivuke ek'seni ngihlambe ubuso endishini
Ngapha ugogo useqalile ukupheka umdokw' ekhishini
Mangiqeda ukudla kumele ngiphuthumise i'nkomo ediphini
Ntambama ngiqhube ibhara u-aunt uphethe igrosa estobhini
Mak'shoda izambane ebhodweni sililanda egcekeni engadini
Asikho rich but asisweli everyday silala s'dlile
If kushisa sonke sihlangana emfuleni sesiyo swim-a
Asikho buglamours
Kodwa we make up after silwa
Impil' isimple
For supper sidl' ujeqe nomhluzi
Ingane ephasile eskoleni
NgoDecember kuhlatshw' inkukhu
Noma kushoda la umakhelwane uyakunanela impuphu
If umdala kimi ubhuti
Siyahlonipha la we good
Ekhaya lami asikho isizungu
Sijabulela ukubona umlungu
Ingane zibamb' izinwele if kudlula i-hearse ipheth' isdumbu
La ekhaya lami nabomkhaya sinokudla amadumbe
Impilo yase dolobheni inzima kungcono ngipack
Noma kukude la ngihleli khona
Kodwa inhliziyo yami ikhumbul' ekhaya
Pho ke ngiyothini
Sengiyoze ngifike emva kwephasika
Hhayi ngoba ngicel' usizo
Hhayi ngoba ngihluphekile
Ngikhumbula ekhaya
Ngikhumbul izinkomo ezigcwele isibaya
Namanzi agudla umthangala
Ekhaya
Ngikhumbul ekhaya
Ekhaya, ekhaya
Umuntu uhlale eseyntabeni
Sengikhumbule ekhaya manje ngisek'hambeni
Isalukazi silele sodwa ekhaya sihleli emkhulekweni
Uth' umzukulu asheshe abuye unyaka ungakapheli
Ukuthi umphanto ufuna engathi ungahamba
Ungabuye ekhaya ufike ngokuvakasha
Uzwe ngendaba ukuthi izingane zaphasa
Lapho ngazishiya zonke zisakhasa
Yinkumbulo eyenza inhliziyo ingayeki
Uk'shaya ebsuku nasek'seni
Ngoba ngiseli ngedwa engathi anginamndeni
Laph' ekhaya baphelele bonke angithi
Kumele ngifike ngingafonanga ngingabatsheli
Babone ngami sengtheleka emagcekeni
Ngisheshe ngifike i'nt' ezimnandi zingakapheli
Ngihug isalukazi sami ngingasidedeli
Ngisekdeni ngikhumbul ekhaya
ย