Skip to content

Ngiyakuthanda

MENZI MUSIC
Popularity · Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Ngiyakuthanda Uyazi ngiyakuthanda mntanomuntu Ngiyakuthanda Uyazi ngiyakuthanda mntanomuntu Azikh' 'inkomo Awekh' amandla 'Khona uthando lwami Azikh' 'inkomo Awekh' amandla Kukhona uthando lwami Kimi kukhona uthando lwami Kukhona uthando lwami Kimi kukhona uthando lwami Ubaba usemdala Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho Ubaba usemdala Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho Ngiyakuthanda Uyazi ngiyakuthanda Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo Ungenzani? Mina angifun' omunye Ngifuna loya Nal' ubambo lwami Mina angifun' omunye Ngifuna loya Nal' ubambo lwami (Mina angikaze, ngamthand' umuntu) (Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?) (Mina angikaze, ngamthand' umuntu) (Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?) (Mina angikaze, ngamthand' umuntu) (Ukwedlula abazali bami, ungenzeni?) Azikh' 'inkomo Awekh' amandla 'Khona uthando lwami 'Khona uthando lwami Awekh' amandla Anginaz' 'inkomo 'Khona uthando lwami Kimi kukhona uthando lwami Ubaba usemdala Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho Ubaba usemdala Bes'zodlala umacashelana nobaba wakho Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) Unyakazis' inhliziyo (vele uyayiphendula) Ungenzani? (uyayiphendula) (Amathemb' ami ahlala laph' okhona) (Athi ngicela lo) (Amathemb' ami ahlala laph' okhona) (Athi ngicela lo)