Skip to content

Uzalo (Original Mix)

Zakes Bantwini/Nomkhosi/Olefied Khetha
Popularity ยท Low

YouTube

Searching YouTube...

Lyrics

Kuzalwa abafana Kuzalwa abafana Imvula iyana, ungbusisa nangelanga Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwili Esiswini sika mama Ngizizwa ngibusisiwe Imvula iyana ungikhanyisela ngelanga Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwili Esiswini sika mama Es'swini s'ka mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Odade nabafowethu, Odade nabafowethu Ngaphuma nabo esiswini sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya Igazi liyakhuluma, isisu sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Ungipha amandla okumelana neNgqinamba Thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama Hlezi ungibhekile Ungipha amandla okubhekana nezitha zam Thixo somandla Beng'cela amanye amandla uzuwaphe umama Ngoba es'swini sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Odade nabaf'wethu, Odade nabafowethu ngaphuma nabo es'swini sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Aw iyo lento eyenza ukuthi s'khumbule emakhaya Igazi liyakhuluma, isisu sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Uwe Uwe uwe Uwe Uwe uweh Baba wethu osezulwini Uzungbusisele umah (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane) Uye uye yehe Uye uye yehee Imanzi emhlophe ezala Mina nodade wethu Kuzalwa abafana Kuzalwa abafana