Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Yebo Ngiyazi
Joyous Celebration
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi)
Akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi)
My God, akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi)
Bazalwane akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi)
Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
Yebo, ngimbonil' uBaba (yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
Yebo, ngimbonil' uJesu (yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Ezintweni zonke
Ebunzimeni bonke
UJes' uhamba nami
Ingakho ngithi akehluleki
Ezintweni zonke
Ebunzimeni bonke
UJes' uhamba nami
Ingakho ngithi akehluleki
Akukho (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Akukh' uJesu (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
Yebo, ngimbonil' uJesu (yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi) akukho
Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
(Yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi) akukho
Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
Ang'zwanga ngendaba (yebo, ngimbonile)
Kodwa ngiy'bone kimi (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
(Yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
Mina ngithi uJesu wangena nami
Phakath' empini
Wanginqobel', waphuma nami
(Akukh' uJes' angek' akulungise) ah, mina ngeke ngiyek' uk'kholwa
(Yebo, ngiyazi)
Hey, bazalwane uJesu
Phakath' empini
Wanginqobela, yena waphuma nami
(Akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo ngiyazi)
Ngisizeni bazalwane, uJes' (wangena nami)
Phakath' empin' (phakath' empini)
Kwakushisa kuvutha (wanginqobela)
Yena waphuma nam' (waphuma nami)
(Akukh' uJes' angek' akulungise) Jesus
(Yebo ngiyazi)
Ngincedeni bazalwane, uJe- (wangena nami)
Phakath' empin' (phakath' empini)
Kwakushisa kuvutha (wanginqobela)
Yena waphuma nam' (waphuma nami)
(Akukh' uJes' angek' akulungise) hallelujah
(Yebo ngiyazi)
Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
(Yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi) akukho
Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi)
(Yebo, ngimbonile)
Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise)
(Yebo, ngiyazi)
ย
Woza, woza
Ungasali woza, woza
Shona phantsi
One more time
Woza, woza, woza mzalwane
Serious face! Haibo, haibo, Jesus
Shona phantsi!