Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Ivangeli
Ruff;Emtee;Sjava;Saudi;Thabo Smol
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Asina ndaba nalokho
Ukuthi ubani unani, ugqokani, uhlalaphi, uhamba ngani
Asina ndaba nalokho
Ukuthi kwasha, kwacima, kwa njani njani kwasala amalahle
Asina ndaba nalokho
Thina sifuna niphushe ivangeli
Elaninikwa abadala
Bathi thathani bafana nishumayele
Thina sifuna niphushe ivangeli (yebo, yebo)
Elaninikwa abadala abangabonwa (yebo, yebo)
Bathi thathani bafana (yebo, yebo, yebo, yebo)
Khulumani indaba enanikwa (yebo, yebo)
Omkhulu bathi khulumani bafana (yebo, yebo)
Umhlaba wonakele (yebo, yebo, yebo, yebo)
Ihlazo alifihlwa
Mele ngibe who I am
Ngikhathele ukuzithoba
Ngathi I am not me (ngathi I am not me)
I-South Africa ayikashintshi
Isase njena
Asoze ishintshe
Asoze ishintshe
Animtsheleni uTata kusasemnyama
I'm tryna free mama uh-umm
I wanna leave my past behind
(Ngik'shiye, ngik'shiye, ngik'shiye)
Kazi ik'sasa l'yoba njani
I don't know
Asina ndaba nalokho
Ukuthi kwasha, kwacima, kwa njani njani kwasala amalahla
Asinandaba nalokho
Thina sifuna niphushe ivangeli
Elaninikwa abadala
Bathi thathani bafana nishumayele
Thina sifuna niphushe ivangeli (yebo, yebo)
Elaninikwa abadala abangabonwa (yebo, yebo)
Bathi thathani bafana nishumayele (yebo, yebo, yebo, yebo)
Khulumani indaba enanikwa (yebo, yebo)
Omkhulu bathi khulumani bafana (yebo, yebo)
Umhlaba wonakele (yebo, yebo)
(Yebo, yebo)