Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Wayeziphuzela
MENZI MUSIC
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Khon' owangala ngoba ethi ngimbhanqile
Anongibhekela ukuthi uy'phethe kanjani
Khon' owangala ngoba ethi ngimbhanqile
Anongibhekela ukuthi uy'phethe kanjani
Ahh ngimbhanqile
Anim'bukeni ukuthi uy'phethe kanjani
Unenhlanhla wena bakufuna eningini
(Nawe uyabaqoma abantu abaganiwe)
Unenhlanhla ngoba bakufuna eningini
(Nawe uyabaqoma abantu abaganiwe)
Anim'bukeni ukuthi uy'phethe kanjani
Isifike kumkakho indaba yokuthi ngiyabhora mina
(Ngoba amantombazane ayefana soka lami)
Ngiyithola kumkakho indaba yokuthi ngiyak'bhora mina
(Onk' amantombazane ayefana soka lami)
'Kub' awuhlebanga (asik'hlebanga)
'Kub' awuhlebanga (asik'hlebanga ukuthi wawungekho)
(Ngakhuluma kumuntu wakho kanti uzoxabana nawe)
Uyabona ukub' awuhlebanga (asik'hlebanga)
Uyabona ukub' awuhlebanga (asik'hlebanga ukuthi wawungekho)

Ngithi muphi ubaba wengane yakho?
Ngithi muphi ubaba wengane yakho?
(Angiyena ubaba wengane, yingane enobaba wayo)

Muphi ubaba wengane yakho?
(Angiyena ubaba wengane, yingane enobaba wayo)
Kanti wamala kanjani?
(Wayeziphuzela ethi uthanda amabhiya, ufuna wona k'phela)
Wamala kanjani?

Wena wamala kanjani?

Ethi ufuna wona k'phela
(Ethi ufuna wona k'phela)

Wayethi uthanda amabhiya
Mina angiyena ubaba wengane, yingane enobaba wayo