Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
UMAMA Owangizalayo (Piano Remix 2.0)
Ama Grootman & Da Mabusa
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Ngikhumbula lezonsuku sasekhona emhlabeni (emhlabeni)
Nanana (nanana)
Umangonile nginenkinga eziningi
Eziningi ng'beka kuwe (ngiy'beka kuwe)
Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula
Leza nsuku esezandlula (ayi esezandlula)
Inyebezi zigcwala amehlo mangikhumbula
Leza nsuku esezandlula (esezandlula)
Ayi esezandlula
Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo)
Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha)
Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo)
Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha)
ย
Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla
Ah weh mama angisakhoni nokulala ng'yacabanga
Lapho ukhona, ngab' urighthi?
Mhmm sobonana kwelizayo oh-oh-oh
Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla
Ah weh mama inkumbul' izipha amandla
Ah weh mama angisakhoni nokulala
Ng'yacabanga, lapho ukhona, ngabe urighthi?
Mhmm sobonana kwelizayo oh-oh-oh
Ah weh mama inkumbulo iziph' amandla
Ngikhumbul' umama, umama owangizalayo (zalayo)
Ngikhumbula umama, umama owangibeletha (beletha)
Ngikhumbula umama, umama owangizalayo (zalayo)
Ngikhumbula umama, mama owangibeletha (beletha)
ย