Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
NGISE GOLI
Sminofu - Topic
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Ngithi seyihlangene khona lana wemadoda
La esilungwini
Sizofun'impilo
Ngithi seyihlangene khona lana wemadoda
La esilungwini
Sizofun'impilo
Iyafunw'impilo
Sizofun'impilo
Iyafunw'impilo
Sizofun'impilo
Ngithi yihlangene khona lana wemadoda
La esilungwini
Sizofun'impilo yoyo
Ngise Goli
Ngisesilungwini
Ngibona balokhu behla benyuka abantu bafun'imali la
Ngise Goli
Ngisesilungwini
Ngibona balokhu behla benyuka abantu bafun'imali la
Ngibona balokhu behla benyuka abantu bafun'imali
Ngibona balokhu behla benyuka abantu bafun'imali la
Ngibona balokhu benyuka abantu bafun'imali
Ngise Goli ngise Julis
Ngisesilungwini
Ngibona balokhu behla benyuka okawu
Bavik'indlala nabo
(Bayazama abantu la ngaphandle)
(Bayayifun'impilo)
(Kuse Goli lana wemfana wami indlala ihlangene nenkani)

Ngise Goli eSoweto
Ngiselokshini
Ngibona balokhu behla benyuka okawu la
Bavik'indlala nabo
Ngise Goli eSandton
Ngisesilungwini sakhona
Ngibona elokhu ehla enyuka amaBlessa
Avik'indlala nawo