Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Nginikhulisile
Soul Brothers
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Jengoba ningafun'ukungilalela
Niyolalela bani?
Jengoba ningafun'ukungihlonipha
Niyohlonipha bani?
Weh bantabami ngiyanibuza nje
Weh ngane zami ngiyanikhuza njalo
Jengoba ningafun'ukungilalela
Niyolalela bani?
Jengoba ningafun'ukungihlonipha
Niyohlonipha bani?
Weh bantabami ngiyanibuza nje
Weh ngane zami ngiyanikhuza njalo
Nginikhulisile kodwa anginakeki
Futhi nganifundisa weh zingane zami
Kanti ningenwe yini na?
Nginikhulisile kodwa anginakeki
Futhi nganifundisa weh bantabami
Kanti ningenwe yini na?
Nina ningenwe yini na?
Mina ngalalela (Ningibona ngingaka nje)
Mina ngahlonipha (Ningibona nginomuzi)
Kanti nina nifuze bani na?
Mina ngalalela (Ningibona ngingaka nje)
Mina ngahlonipha (Ningibona nginomuzi)
Kanti nina nifuze bani na?
Jengoba ningafun'ukungilalela
Niyolalela bani?
Jengoba ningafun'ukungihlonipha
Niyohlonipha bani?
Weh bantabami ngiyanibuza nje
Weh ngane zami ngiyanikhuza njalo
Jengoba ningafun'ukungilalela
Niyolalela bani?
Jengoba ningafun'ukungihlonipha
Niyohlonipha bani?
Weh bantabami ngiyanibuza nje
Weh ngane zami ngiyanikhuza njalo
Nginikhulisile kodwa anginakeki
Futhi nganifundisa weh zingane zami
Kanti ningenwe yini na?
Nginikhulisile kodwa anginakeki
Futhi nganifundisa weh bantabami
Kanti ningenwe yini na?
Nina ningenwe yini na?
Mina ngalalela (Ningibona ngingaka nje)
Mina ngahlonipha (Ningibona nginomuzi)
Kanti nina nifuze bani na?
Mina ngalalela (Ningibona ngingaka nje)
Mina ngahlonipha (Ningibona nginomuzi)
Kanti nina nifuze bani na?