Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Useyabuya
Joyous Celebration
Popularity · Low
+
Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
(Maye) Maye-eh maye maye, (maye) maye-eh maye maye (maye)
Maye
(Maye) Maye-eh maye maye, (maye) maye-eh maye maye (maye)
Maye
(Maye) Maye-eh maye maye, (maye) maye-eh maye maye (maye)
Maye
(Maye) Maye-eh maye maye, (maye) maye-eh maye maye (maye)
Maye
Fez'intando yakho kimi
Zibonakalis'uvez'ubukhulu bakho
Thata nay'impilo yami ingeyakho
Vez'ubuhle bakho kimi
Ngoba ungiphata kahle S'makade
Soze ngalubon'uthand' olunje
Soze ngaluthol'uluhle kanje
Hlal'ubuse njalo kimi
Fez'intando yakho kimi
Zibonakalis'uvez'ubukhulu bakho
Thata nay'impilo yami ingeyakho
Vez'ubuhle bakho kimi
Ngoba ungiphata kahle S'makade
Soze ngalubon'uthand' olunje
Soze ngaluthol'uluhle kanje
Hlal'ubuse njalo kimi
Hlal'ubuse njalo kimi
Hlal'ubuse njalo kimi
Hlal'ubuse njalo kimi
Oh-oh-oh-oh oho oh-oh-oh-oh
Oho ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah
Oh-oh-oh-oh oho oh-oh-oh-oh
Oho ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah-ah
Ngizwa izigi
Ngizw'inhlokomo
Kudum'izulu useyabuy'uBaba
Ngizwa izigi
Ngizw'inhlokomo
Kudum'izulu useyabuy'uBaba
Ngizwa izigi
Ngizw'inhlokomo
Kudum'izulu useyabuy'uBaba
Ngizwa izigi
Ngizw'inhlokomo
Kudum'izulu useyabuy'uBaba
Useyabuy'uBaba, useyabuy'uBaba
Useyabuy'uBaba, useyabuy'uBaba
Mangilawulwe nguwe
Ngiholwe ngilondolozwe nguwe njalo
Ngoba konk'okuhle kuvela kuwe
Konke kukhothama kuwe
Umus'ongak' owanele bonke
Ngena nawe uwuthole