Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Hlanganani
Phuzekhemisi
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Awu maye weh
Awu bazebaphela abantu bakithi
Bazebaphela abantu bakithi
Kodwa sibulalana sodwa nje saze saphel' isizwe esimnyama
(Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu nakhu kuphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu yelele (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Yelele yelele (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Zibambe phela Phuzekhemisi wayhlaba ngempela Mhlathune weykhulu
Umfoka Majazana khona phansi eNsepheni langizalwa khona
Khuphuka laphoke Khethani enkostineni
Hhayi siqhamuka kancane thina sigudl' iLwandle
Siyobambelela emaphikweni Okhozi
Ngangilokhe ngibatshela kancane ukuthi uladiyo Zulu uhamba phambili bafana
Bhu!
Awu awu maye weh
Bazebaphela abantu bakithi
Bazebaphela abantu be Nkosi
Bazebaphela abantu bakithi
Safa yiloludlame madoda
(Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Kuphela lonk' ilizwe lase Aflika madoda (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Kuphela wonke ama Aflika weh baboh (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Maye (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Awu maye weh
Awu bazebaphela abantu bakithi
Bazebaphela abantu benkosi
Bazebaphela abantu benkosi
Kodwa sibulalana sodwa nje saze saphel' isizwe esimnyama
(Hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu saphel' isizwe (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu madoda (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
Hhawu baphela abantu (hlanganani wezinsizwa nikhulume lendaba iphele)
ย