Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Ushevu
Sjava
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
YouTube
Searching YouTube...
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Uyakhumbul' uzama ukungbulala
Ungifakel' ushevu
Waqed' wathatha iqatha
Kanti uzokhohlw' ukugez izandla
Uyakhumbul' uzama ukungbulala
Ungifakel' ushevu
Waqed' wathatha iqatha
Kanti uzokhohlw' ukugez izandla
Naw' uyak'juqa, naw' uyak'juqa
Naw' uyak'juqa, naw' uyak'juqa
Uyak'bulal' ushevu
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Isigujiwe m'bili im'godi
Engabe elakabani leqhawe
Eliyosala enkundleni
Engab' umfazi kabani oyozila
Wemnakwethu ungang'zondi, indoda eyang'letha lay'khaya
Ilena eyaletha nawe
Nami ng'yamthanda
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
ย