Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Sthandwa'sam
DJ Obza
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Sthandwa sami ngitshel' ukhalelani
Ngisay' eGoli mina ngiyofun' imali
Sthandwa sami, webambo lwami
Nami angithandi ukuthi 'ngalal' ekhaya
Angisathandi ukuthi uhlal' ukhala
Mbambo lwami, sthandwa sami weh
Siphila ngokubekezela, impilo ukubekezela
Woh sthandwa sami ng'cel' uhlale nami
Ungang'phelel' umoya, ungang'phelel' inhliziyo
Sthandwa sami, bambo lwami
Ngisay' eGoli, (ngisay' eGoli) ngisay' eGoli (ngisay' eGoli)
Ngiyosebenza (ngiyosebenza mina), ngiyosebenza mina (ngiyosebenza mina)

ย

Kunini eh kunini (kunini) amathuba ngiwakhalela
Sifikil' isikhathi maye yamukela wena (yamukela wena)
Yamukela wena (yamukela wena)
Bekezela phela (bekezela phela) ngobuya
Ngizobuya nemali mina, sidl' inyama
Wash' uBig Zulu madoda, ngifun' imali eningi
Sikhohlwe ngamathubethu
Sthandwa sami, bambo lwami
Ngisay' eGoli, (ngisay' eGoli) ngisay' eGoli (ngisay' eGoli)
Ngiyosebenza (ngiyosebenza mina), ngiyosebenza mina (ngiyosebenza mina)
Sthandwa sami, bambo lwami
Ngisay' eGoli, (ngisay' eGoli) ngisay' eGoli (ngisay' eGoli)
Ngiyosebenza (ngiyosebenza mina), ngiyosebenza mina (ngiyosebenza mina)
ย
Impilo eyokubekezela
ย