Skip to content

Ngiyohlala

Popularity · Low

Listen

YouTube

0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced

Lyrics

Ebusheni bami (Ebusheni bami) Ngiyothokoza njalo (Ngiyothokoza njalo) Ngiyothokoza ngawe Yebo ngiyohlala (Yeah ngiyohlala njalo kuwe) Yebo ngiyohlala njalo kuwe Yebo ngiyohlala njalo kuwe (Ngiyohlala njalo kuwe) Ngisemusha ngiyahlala (Ebusheni bami) Ebusheni bami Ebusheni bami moya Ngiyohlala njalo, ngiyohlala njalo kuwe (Ngiyozithokozisa ngawe, ngiyozithokozisa ngawe) Yebo ngiyohlala (Ngiyohlala nawe ngihlale nawe, ngibeseduze nawe) Ngoba intokozo yami ikuwe (Ngiyohlala njalo, hlala njalo kuwe) Ngiyokhuleka ngingaphezi (Yebo, ngothandaza njalo) Noma izimo zifika (Ngiphelelwa amandla moya) (Ngiphelelwa amandla moya) Ngiphelelwa amandla Nalapho izimo zobusha zingihlasela (Ngizohlala nawe) (Soze ngaphelelwa amandla) Ngiyohlala njalo kuwe (Soze ngaphelelwa amandla) Yebo indulo lami liyakwazi (Indulo lwami liyakwazi) Ngiphila nje nginobufakazi (nginobufakazi) Noma indlela inameva (Ngish' indela inameva) Ngiyohlala njalo kuwe Ngiyohlala njalo kuwe (Ngiyohlala ezinyaweni zakho) Ngiyohlala njalo kuwe Ngiyozithokozisa ngawe