Ngisize
Popularity ยท Low
Listen
YouTube
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Ngicel' ungisize, ung'bhalel' incwad' encane
Ngicel' ungisize, ung'culel' ingom' emnandi
Sthandwa sam' ngicel' ungisize
Wazi ngami
Ngicel' ungisize ung'culel' ingom' emnandi
Nami ngifane, nabaqomile
Nami ngifane,neziny' ingane
Nami ngifane, nabanqobile
Nami ngifane, nabany' abantu
Sthandwa Sami ngicel' ungisize
Bamb' isandla sami
Ngicel' ungisize ukhale nami
Ngicel' ungisize uhlale nami
Ngicel' ungisize ubengo wami
Oh nami ngifane nabaqomile
Nami ngifane neziny' ingane
Nami ngifane nabanqobile
Nami ngifane nabany' abantu