Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Kube ngangazi
Sjava
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Kube ngangazi
Kube ngangazi
Ngaphoxa abazali badumala
Mabethol' ukuthi ng'khulelwe
Mabeng'buza ngawe ekhaya
Kwabanzima ukubatshela ung'balekele
Baba noMama ngicela uxolo
Umkhohlisi ung'khohlisile
K'thiw' intandane enhle umakhothwa unina
Kumele ngiqine mtanami ngik'khulise
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik'nike ubuntombi bami
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik'nike ubuntombi bami
Wuye lo umtanakho usekhulile
'Yambona useyintombi engakanani
Ezimnandi ukuthi uyasebenza
Futhi uyang'nakekela
Mangingakhala ngabe ngiqamba amanga
Ezib'hlungu ukuthi emoyeni akeneme neze
Uhlale ethikuthele, enolaka
Mangimbuza ngomkhwenyane akaphenduli
Uvele anxaphe athi yena akafuni k'gana
Mama amadoda mina ngiyawazonda ayizinja
Ubaba wathi uyas'thanda kodwa ekugcineni wasishiya
Manje ngidlala abafana
Ngihambe ngishayisa
Ngoba ngifun' uthando el'zovala is'khala saBaba
Kub'hlungu
Ng'zothanda kanjani uthando ngingalwazi ngikhula
Kub'hlungu
Uthi konke akwakhayo kuyabhidlika
Kungenxa yakho
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik'nike ubuntombi bami
Kube ngangazi
Kube ngangazi mina
Ngangingeke
Ngik'nike ubuntombi bami
ย