Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Nhliziyo Ngise
Mduduzi Ncube
Popularity · Low
+
Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Awu themba kalibulali
Ub'thong' angisab'lali
Uthando ngiyal'saba, lungiphuc' ub'thongo bami
Awu, dear sawubona
Matshingelane wesango lenhliziyo yami
Akuqine ezok'phepha
Basekude ukugqekeza
K'lamahhovisi othando asenhlizweni yami
Mntanomuntu nibahle nibaningi
Naphakathi kweningi wena umuhle kaningi
Aw' wamuhle semina
Umuhle ubuhle beningi
Wena umuhle sengil'bonile iningi
Aw'buye mama imicabango isimningi
Awu nongaphuzi uyalenza iphutha
Sasingeve s'thandana kamnandi nodali
Ngabe nginamanga yena ubehlal' ekhona
Amaphuth' ami nolaka lwami
Kwamwnz' ukuth ahamb' angabuy' ekhaya
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana kodwa
Nhliziyo ngise
Oh oh oh
Ngikhumbula njalo uma ngibuy' emsebenzini
Ungijabulela
Ng'fika k'nuka kamnandi wena ubung'phekela
Intokozo yam'
Ubuyigcwalisela
Angfun' uk'qamba amanga ngiyak'khumbula
Wedali mina ngiyazisola manje
Ey' ngicel' ubuye kimi
Wedali mina ngiyagodola manje
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana kodwa
Nhliziyo ngise
Oh oh oh
Nami ning'bona, ngenza umhlola
Siyawenza amaphutha
Izivung'vung' zikhona, nga-add amafutha
Wahamba wasithela, ngasala ng'khumbula
Ukuth' umuntu uyabuka
Kanti futh' ugcin' ephunyuka
Ngak'funda kab'hlungu kuwelele
Sengihlezi ngicabanga kuze k'se k'se
Ngish' emzini kababa, ngifuna yena
Ng'tholeleni yena
Nhliziyo ngise, ngixolele
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana kodwa (kodwa)
Nhliziyo ngise (ngise)
Oh oh oh
Ngithi, ah, ah, ah, ah
Udali wahamba ngisamthanda
Akekh' omunye lalela la
Nhliziyo yami isafuna wena
Ya ng'cel' ungixolele ma
Ngiyacela my dali
Ngiyawabona mina
Amaphuth' ami we!
Ng'cel' ungixolele ma
Ngiyacela my dali
Ngiyawabona mina
Amaphuth' ami we!
Ng'cel' ungixolele ma
Ngiyacela my dali
Ngiyawabona mina
Amaphuth' ami we!
Ng'cel' ungixolele ma
Ngiyacela my dali
Ngiyawabona mina
Amaphuth' ami we!
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana kodwa (kodwa)
Nhliziyo ngise
(Ngiyacela my dali)
(Ngiyawabona mina)
(Amaphuth' ami we!)
(Ngiyacela my dali)
(Ngiyawabona mina)
(Amaphuth' ami we! Xola)
(Ngiyacela my dali)
(Ngiyawabona mina)
Nhliziyo ngise
Mina ngifuna uk'bona ithemba lami
Nhliziyo ngise
Yebo ngiyazi sesahlukana kodwa (kodwa)
Nhliziyo ngise