Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Kuvela Kuwe
LilyFaith, Naledi Aphiwe
Popularity · Low
+
Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Kuvela kuwe
Kuvela kuwe
Ukuthokoza kwami kuvela kuwe
Kuvela kuwe, ukujabula kwami
Loluthando enginalo, luyimpatho onayo
Luvela kuwe, luvela kuwe
Ukuthokoza kwami
UnguThixo wami wena
UnguBaba wami
UnguMelusi wami wena
Uyikho konke okwami
Kuvela kuwe ukuthula kwami, kuvela kuwe
Zivela kuwe izibusiso zami, zivela kuwe
You've been good, you've been good to me
I thank your favours, your grace and mercy
Through the good and the bad you're faithful
Jehovah wethembekile
Kuvela kuwe, kuvela kuwe
Ukuthokoza kwami kuvela kuwe
Kuvela kuwe, ukujabula kwami
Loluthando enginalo, luyimpatho onayo
Luvela kuwe, luvela kuwe
Ukuthokoza kwami
Oh dali
Wena wafika kimi inhliziyo yami ikhala igazi
Sengithi angisafuni lutho ezongihlanganisa nothando
Ngoba sebengidlalile kakhulu my baby ethandweni, woah, woah, oh
Kodwa wafika dali
Wanginika uthando
Olungandele bani
Kuvela kuwe
Kuvela kuwe (Ooh ooh woah), kuvela kuwe
Ukuthokoza kwami kuvela kuwe (Oh oh)
Kuvela kuwe (Oh oh), ukujabula kwami
Loluthando enginalo, luyimpatho onayo (Luyimpatho yakho my dali)
Luvela kuwe, luvela kuwe (Oh oh)
Ukuthokoza kwami
UnguBaba wami wena
Ungumndeni wami
Ungumntwana wami nje noluthando lwami
Ivela kuwe imfundiso, mama, ivela kuwe
Kuvela kuwe ukuziphatha, mama, kuvela kuwe
Siwa sivuka nje besindawonye
Noma kunzima you never leave me
Sinethemba nje elingapheli
Kuse khaya lemfudumalo
Kuvela kuwe, kuvela kuwe
Ukuthokoza kwami kuvela kuwe
Kuvela kuwe, ukujabula kwami
Loluthando enginalo, luyimpatho onayo
Luvela kuwe, luvela kuwe
Ukuthokoza kwami
Kuvela kuwe, kuvela kuwe (Oh yeah, yeah)
Ukuthokoza kwami kuvela kuwe
Kuvela kuwe, ukujabula kwami
Loluthando enginalo (Loluthando yeah), luyimpatho onayo
Luvela kuwe, luvela kuwe
Ukuthokoza kwami
Yeah yeah, yeah, yeah, yeah yeah