Skip to content

Baleka ft Zion

Cici
Popularity ยท Low

Listen

YouTube

0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced

Lyrics

Nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla Ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo Oh sengiyabaleka, baleka Sengiyabaleka, baleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Isono sami ke mina ukuthi nguw'mfazi Ingakho ke, mina ngifela ical' eng'alazi Aw' noma ngimemeza Sukundibulala awundiva, oh Nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla Ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo Oh sengiyabaleka, baleka Sengiyabaleka, baleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Sul' ezo nyebezi, sukulila, oh oh Amandla akho yikona ukuba umfazi Oh ngithi memeza, memeza ndiyakuva, oh Nkosi ngizwa ngiphelelwa amandla Ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo Oh sengiyabaleka, baleka Sengiyabaleka, baleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Oh sengiyabaleka, baleka Sengiyabaleka, baleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka Kukhona osephila ngokuzithathela kimi Ngenhloso yokungigcwalisela, angazi kanjani? Iphutha ukuzinakekela njena ke sebezinanela Belawulwa inyama Kungani bengaphenduki abazingeli basendle? Uma kuyimizimba abayifunayo, okungenani? Bazingele izinyamazane zasendle okwabazingeli basendulo Mina ke ngiyoshiya nesithunzi emuva, ijubane Nkulunkulu wezintandane nabafelokazi Ngendlala ngaphansi kophiko lakho Imizimba yamakhosazane namakhosikazi Ezweni lapho sidliwa siphila, sidliwa siphika Lutho isivumelwano! Ngokuhlwitha ngendluzula ukukhane Isitha sanelisa izinkanuko zenyama Galo yephuka ijubane kimi seliyoba ngumanqoba Ngyoqwayisa nosana oluzelwe Kunezimpisi eziphila emhlabeni kepha zizishaya sabantu Baze bazisize babaleke Kungani bengaphenduki abazingeli basendle Uma kuyimizimba abayifunayo? Sidliwa siphika, sidliwa siphila Nansi imizimba yamakhosikazi namakhosazane Nkosi ngizwa ngiphelelwa mandla Ngizwa ke mina ngishiywa zinqondo Oh sengiyabaleka, baleka Sengiyabaleka, baleka Ngifihle kuwe nqaba yami, sengiyabaleka