Skip to content
Lyric
Dive
Public playlists
My playlists
Search
Sign in
Hlala Nami
The Joy
Popularity ยท Low
+
๐ฟ๐ฆ Zulu ยท Original
0
0
Listen
YouTube
1
2
3
0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced
Lyrics
Original
Translation
Bilingual
Kuthi mangiwelele ngalena
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami
Kuthi mangiwelele ngalena
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Ngibuhlungu emoyeni wami
Ngoba kuphelinyang mina ngingakuboni
Inhliziy' ithi nco mangikubona
We sthandwa
Ithi dudlu ntombi yami
Wesdudla saseThekwini
Phela wen' wiythemba lami
Uma kushon' ilanga
Ngizojubalala
Mina ngikuding' eduze kwami
Kuthi mangiwelele ngalena
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami
Kuthi mangiwelele ngalena
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Hlala nami, ngihlale nawe njalo
Uthando lwami alufani nolwabanye
Ngiyacel' ungizwisise my love
Ay ay ay
Ingan' engakhali ifelembelweni
Aw hlala name sthandwa sami
Ziyadela lezontaba ezingisithela wena
'Nhliziyo yami ihla' ikhaka ngawe (ikhala ngawe)
Ubuya nini dali wami we
Ngihlale nawe (ngihlale nawe)
Kuthi mangiwelele ngalena (ngiwelele ngalena we)
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami (ngiyobon' isthandwa sami)
Kuthi mangiwelele ngalena (ngiwelele ngalena we)
Ngijubalale ngiyobon' isthandwa sami (ah, ha ha)
Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hla name we)
Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name njalo)
Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name wen' uwe)
Hlala nami, ngihlale nawe njalo (hlala name njalo ho)
ย