Skip to content

Lomhlaba Unzima

Popularity ยท Low

Listen

YouTube

0:00 / 0:00
Loading YouTube player...
Lyrics offset
Synced

Lyrics

Oh he ah ha He ha ah he ha ho He ha ha ho we ha ha Baba benomama ayi bo Lomhlaba unzima Baba benomama ayibo Umhlaba unzima Baba benomama ayibo Lomhlaba unzima Baba benomama ayibo Umhlaba unzima (ay) Bathi halleluya Amen sivula ngomthandazo Ngegama likajeso unkulunkulu uthixo Weymangazo Nkulunkulu wamazulu xolel' abasonayo Sohlangan' egalile kuyoba mnandi bengekh' abasontayo Shwele baba thethelel' izono zami Akukho lula ukuba yim' inzondo inami Nam' ngagilazi icala lami isono sami Izitha zyangilandela vika dloz' amandl' enkabi Ngizomemeza unkulunkulu wamabhinca Uzosabela iythukuthuku mabezidla Ngisele ngedwa iynxushunxushu bayang' gila Ngihlupheke kakhulu ngiwa ngivuka inkosi isiza Bathi khala zome mtaka-ma uyokhala kuzwe bani Uphenduk' intandane inyembezi ziwela phantsi Sal' usubuya Nkulunkulu wama bhinca Ngizogqok' ubrendwood ngizocothoza 'masufika Baba benomama ayibo Lomhlaba unzima Baba benomama ayibo Umhlaba unzima Baba benomama ayibo Lomhlaba unzima Baba benomama Umhlaba unzima Ayy zyolal' insizwa kuyosal' iybongo Syobamb' ishisa kuyosab' inongo Zyoland' indlondlo zyoshiy' izono Bek' ithemba kuMdali kuyoqhum' iybongo (ay) Sikhalile kwanele kunzima nokuyifakaza Usithathel' amaqhawe inhloso yakh' ukusihlakaza Umqhumeni indidane was' ugcina ngechalaha Kokhon' okusesifubeni kodwa kunzim' ukuk' phalaza Sal' usubuya Nkulunkulu uyaz' awudeli Isizwe sojabula iynxushunxushu uyaz' ayipheli Usivikele kwiyphukuphuku yaz' ayqeni Ibhinca lizojabula lizokikiza ingez' aypheli Alusekh' uthando ihlekisan' ihlomelela Unzim' Umhlaba isibheken' ibophelele Awu buya baba isizwe sath' usthethelele Ukuthal' akusizi inyembezi sekumoshakele Baba benomama ayibo Lomhlaba unzima Baba benomama ayibo Umhlaba unzima Baba benomama ayibo Lomhlaba unzima Baba benomama ayibo Umhlaba unzima Ubane kuthiwa uyavuswa umuntu esethuneni Ngabe ngiyanivusa Ubane kuthiwa uyavuswa umuntu osefile Ngabe ngiyanivusa Wechala halashafuza Ngabe ngiyakuvusa Wechala halashafuza ngabe ngiyakuvusa Wemgqumeni mfokakhumalo Ngabe ngiyakuvusa Wengidane mfana kithi ngabe ngiyakuvusa Wengidane mfokangitha ngabe ngiyakuvusa